IzEnzo 4:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Basebebabamba, babafaka entolongweni kwaze kwaba ngakusasa, ngoba kwasekuhlwile. IBHAYIBHELI ELINGCWELE bababamba, babafaka etilongweni kwaze kwaba kusasa, ngokuba kwase kuhlwile. IsiZulu 2020 Bababamba, babafaka ejele kwaze kwaba lusuku olulandelayo, ngokuba kwase kuhlwile. Baasraak Zulu New Testament Bible Basebebabamba, babafaka entolongweni kwaze kwaba ngakusasa, ngoba kwasekuhlwile. |
UJesu wayesethi kubapristi abakhulu nezinduna zethempeli namalunga ababeze kuye: “Niphume niphethe izinkemba nezinduku kungathi nize kumphangi na?
Base bemthatha, bamhola, bamusa endlini yompristi omkhulu. UPetru walandela ekude.
Khona iviyo nenduna yenkulungwane nezikhonzi zabaJuda bambamba uJesu, bambopha.
Basebevusa abantu labadala lababhali, basebesondela kuye, bambamba, bamusa emphakathini;
Kepha uSawulu walichitha ibandla, engena ezindlini ngezindlu, ehudula abesilisa nabesifazane, wabafaka etilongweni.
wacela kuye izincwadi zokuya eDamaseku eziya emasinagogeni, ukuze kuthi uma ethola abanye baleyo Ndlela, abesilisa noma abesifazane, abalethe eJerusalema beboshiwe.