IzEnzo 4:25 - Contemporary Zulu Bible 2024 owasho ngomlomo kaDavide inceku yakho ukuthi: ‘Kungani abezizwe baxokozele, nabantu bacabange okuyize, na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE owasho ngoMoya oNgcwele ngomlomo kababa uDavide inceku yakho ukuthi: “ ‘Kungani ukuba abezizwe baxokozele, nabantu bacebe okuyize, na? IsiZulu 2020 nguWena owakhuluma ngoMoya oNgcwele ngomlomo kababa uDavide inceku yakho, wathi: “ ‘Kungani ukuba abezizwe baxokozele, nabantu bacebe okuyize na? Baasraak Zulu New Testament Bible owasho ngomlomo kaDavide inceku yakho ukuthi: ‘Kungani abezizwe baxokozele, nabantu bacabange okuyize, na? |
Ningacabangi ukusho phakathi kwenu ukuthi: ‘Sinobaba u-Abrahama;’ ngokuba ngithi kini: UNkulunkulu angamvusela u-Abrahama abantwana kulawa matshe.
Madoda, bazalwane, kwakumele ukuba kugcwaliseke lombhalo uMoya oNgcwele owakhuluma ngaphambili ngomlomo kaDavida ngoJudasi owayengumkhokheli walabo abambamba uJesu.
Ngakho-ke engumprofethi, ekwazi ukuthi uNkulunkulu wafunga kuye ngesifungo ukuthi esithelweni sokhalo lwakhe ngokwenyama uzavusa uKristu ukuthi ahlale esihlalweni sakhe sobukhosi;