Lapho uSanibhalati umHoroni, noThobiya inceku, umAmoni, bezwa ngakho, badabuka kakhulu ngokuthi kufike umuntu ukuzofuna okuhle kwabantwana bakwa-Israyeli.
IzEnzo 4:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bedabukile ngokuba befundisa abantu, beshumayela ukuvuka kwabafileyo ngoJesu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE benengwa ngukufundisa kwabo abantu nokumemezela ngoJesu ukuvuka kwabafileyo, IsiZulu 2020 benengwe kakhulu ngokufundisa kwabo abantu, nokumemezela ngoJesu ukuvuka kwabafileyo. Baasraak Zulu New Testament Bible Bedabukile ngokuba befundisa abantu, beshumayela ukuvuka kwabafileyo ngoJesu. |
Lapho uSanibhalati umHoroni, noThobiya inceku, umAmoni, bezwa ngakho, badabuka kakhulu ngokuthi kufike umuntu ukuzofuna okuhle kwabantwana bakwa-Israyeli.
Kodwa abaJuda bebona izixuku bagcwala umona, baphikisana lezinto ezazikhulunywa nguPawuli, bephikisa lokuthuka.
Kwasekumelana laye izazi ezithile zefilosofi zamaEpikhuru lamaStoyiki. Abanye bathi: Lizakuthini lelipholi? abanye bathi: “Ungathi ungumshumayeli wabangaziwa,” ngokuba wayeshumayela kubo ngoJesu nangokuvuka kwabafileyo.
Ngalesosikhathi kwavela isiphithiphithi esingesincinyane mayelana laleyoNdlela.
ngaphandle kwaleli zwi linye engamemeza ngalo ngimi phakathi kwabo, lokuthi ngokuvuka kwabafileyo ngimangalelwa yinina namuhla.
ukuze uKristu ahlupheke, abe ngowokuqala ukuvuka kwabafileyo, amemezele ukukhanya kubantu nakwabezizwe.
Kungani kucatshangwa ukuthi yinto engakholeki kini, ukuthi uNkulunkulu uvusa abafileyo na?
Kwasekusukuma umpristi omkhulu labo bonke ababelaye, abangabehlelo labaSadusi, bagcwala ukuthukuthela;
Kepha uma uMoya walowo owavusa uJesu kwabafileyo ehlala kini, yena owavusa uKristu kwabafileyo uyakuphilisa nemizimba yenu efayo ngoMoya wakhe ohlala kini.
Kodwa ngulowo lalowo esigabeni sakhe: UKristu ulibo; ngasemuva abangabakaKristu ekufikeni kwakhe.