Kepha ababelethisi babemesaba uNkulunkulu, abenzanga njengalokho inkosi yaseGibithe yayibayalile, bazala abafana.
IzEnzo 4:18 - Contemporary Zulu Bible 2024 Base bababiza, babayala ukuthi bangakhulumi nakanye, bangafundisi ngegama likaJesu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Base bebabiza, babayala ngokuthi bangakhulumi, bangafundisi nakanye ngegama likaJesu. IsiZulu 2020 Base bebabiza, babadonsa ngendlebe ukuba bangakhulumi, futhi bangafundisi nakanye ngegama likaJesu. Baasraak Zulu New Testament Bible Base bababiza, babayala ukuthi bangakhulumi nakanye, bangafundisi ngegama likaJesu. |
Kepha ababelethisi babemesaba uNkulunkulu, abenzanga njengalokho inkosi yaseGibithe yayibayalile, bazala abafana.
Kepha nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya, kuze kube sekugcineni komhlaba.
Ethi: “Asiniyalanga yini ukuthi ningafundisi ngaleli gama na? bhekani, senigcwalise iJerusalema ngesifundiso senu, nihlose ukwehlisela igazi lalumuntu phezu kwethu.
Basebemvumela; sebebabiza abaphostoli, babatshaya, babalaya ukuthi bangakhulumi ngebizo likaJesu, babakhulula.