Ababi bayabaleka bengaxoshwa muntu, kepha abalungileyo banesibindi njengengonyama.
IzEnzo 4:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lo uyitshe eladelwa nina bakhi, eseliyinhloko yegumbi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yena uyitshe eladelelwa yinina bakhi, eselaba yinhloko yegumbi. IsiZulu 2020 Yena uyitshe elanqatshwa yinina bakhi, manje eseliyinhloko yegumbi. Baasraak Zulu New Testament Bible Lo uyitshe eladelwa nina bakhi, eseliyinhloko yegumbi. |
Ababi bayabaleka bengaxoshwa muntu, kepha abalungileyo banesibindi njengengonyama.
Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Bheka, ngibeka eSiyoni itshe, itshe elivivinyiwe, itshe legumbi elinqabileyo, isisekelo esiqinile; okholwayo akayikuxhamazela.
Ngokuba bheka, itshe engalibeka phambi kukaJoshuwa; etsheni linye kuyakuba namehlo ayisikhombisa; bheka, ngiyakuqopha umbhalo wakhe,” usho uJehova Sebawoti, “ngisuse ububi balelo zwe ngalusuku lunye.
Waphendula, wathi kubo: “Nempela u-Eliya uyeza kuqala, abuyisele zonke izinto; nokuthi kulotshiwe kanjani ngeNdodana yomuntu ukuthi imelwe ukuhlupheka ngokuningi, idelelwe.
Ngumuphi kubaprofethi oyihlo abangamzingelanga na? bababulala labo ababika ngaphambili ngokufika koLungileyo; eseningabakhapheli nababulali bakhe manje;
Ngakho-ke lokhu sinethemba elinjalo, sisebenzisa ukukhululeka okukhulu kokukhuluma;