Ngoba loba ngubani ongacindezelwanga ngalolosuku uzaqunywa phakathi kwabantu bakibo.
IzEnzo 3:23 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kuyakuthi wonke umuntu ongayikumlalela lowo mprofethi uyakuchithwa kubantu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kuyakuthi wonke umuntu ongayikumlalela lowo mprofethi uyakuchithwa kubantu.’ IsiZulu 2020 “Kuyakuthi wonke umuntu ongayukumlalela lowo mphrofethi, abhujiswe kubantu. Baasraak Zulu New Testament Bible Kuyakuthi wonke umuntu ongayikumlalela lowo mprofethi uyakuchithwa kubantu. |
Ngoba loba ngubani ongacindezelwanga ngalolosuku uzaqunywa phakathi kwabantu bakibo.
Ngakho ngathi kini: Niya kufela ezonweni zenu; ngokuba uma ningakholwa ukuthi nginguye, niyakufela ezonweni zenu.
Khona abalamukele izwi lakhe ngokuthokoza babhapathizwa, kwenezelwa ngalona lolosuku abantu abangaba yizinkulungwane ezintathu.
Futhi kuyokwenzeka ukuthi noma ngubani ongawalaleli amazwi ami ayowakhuluma egameni lami, ngizowafuna kuye.
Kodwa thina asisibo abokuhlehlela emuva ekubhujisweni; kodwa kwabakholwayo kube ngukusindiswa komphefumulo.
Qaphelani ukuthi ningamali okhulumayo. Ngokuba uma bengaphunyukanga abamala lowo owakhuluma emhlabeni, kakhulu kangakanani thina, uma simfulathela okhuluma esezulwini;
Thina siyakuphunyuka kanjani, uma sidebesela ukusindiswa okungaka na? eyaqala ukukhulunywa yiNkosi, yaqinisekiswa kithi yilabo abayizwayo;
Nabo bonke abakhileyo emhlabeni bayakukhuleka kuso, abamagama abo angalotshwanga encwadini yokuphila yeWundlu elihlatshiweyo kusukela ekusekelweni komhlaba.
Noma ngubani ongafunyaniswanga elotshiwe encwadini yokuphila waphonswa echibini lomlilo.