Uprofetheleni egameni likaJehova, uthi: ‘Le ndlu iyakuba njengeShilo, nalo muzi uyakuba yihlane elingenamuntu ohlala kulo? Bonke abantu babuthana kuJeremiya endlini kaJehova.
IzEnzo 3:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi isinyonga esisilisiweyo sibambe oPetru noJohane, abantu bonke bagijimela kubo kanyekanye ekhulusini elithiwa elikaSolomoni, bemangele kakhulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Esabambelele koPetru noJohane, bonke abantu bagijimela kubo emphemeni othiwa okaSolomoni, besaba kakhulu. IsiZulu 2020 Isabambelele kuPhethro noJohane, bonke abantu bagijimela kubo emphemeni okuthiwa okaSolomoni, beshaqeke kakhulu. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi isinyonga esisilisiweyo sibambe oPetru noJohane, abantu bonke bagijimela kubo kanyekanye ekhulusini elithiwa elikaSolomoni, bemangele kakhulu. |
Uprofetheleni egameni likaJehova, uthi: ‘Le ndlu iyakuba njengeShilo, nalo muzi uyakuba yihlane elingenamuntu ohlala kulo? Bonke abantu babuthana kuJeremiya endlini kaJehova.
Wasethuma uPetro loJohane, esithi: Hambani lisilungisele iphasika, ukuze sidle.
Kodwa indoda okwakuphume kuyo amadimoni yamncenga ukuthi abe laye; kodwa uJesu wayimukisa, esithi.
Kwathi lo mdumo lo, ixuku labuthana, lasanganiseka, ngoba ngulowo lalowo wabezwa bekhuluma ngolimi lwakibo.
UPetru ekubona waphendula abantu wathi: “Madoda akwa-Israyeli, nimangala ngalokho na? Kumbe nisigqolozeleni ngokungathi ngamandla ethu nangobungcwele bethu senze lo ukuba ahambe na?
Ngezandla zabaphostoli kwenziwa izibonakaliso nezimangaliso eziningi phakathi kwabantu; bonke babe nganhliziyonye ekhulusini likaSolomoni.