Ngangomuso, efuna ukwazi iqiniso, ukuthi kungani amangalelwe ngamaJuda, wamkhulula eziboshweni, wayala ukuba abapristi abakhulu nomphakathi wonke wabo beze, wamehlisa uPawulu, wammisa phambi kwabo.
IzEnzo 28:18 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi sebengihlolile, bathanda ukungikhulula, ngoba kwakungekho cala kimi lokufa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE wona esengihlolile afuna ukungikhulula, ngokuba kungekho cala kimi lokuba ngife; IsiZulu 2020 Athi esengihlolile, afuna ukungikhulula, ngokuba athi awafumani cala kimi elifanelwe ukuba ngife. Baasraak Zulu New Testament Bible kwathi sebengihlolile, bathanda ukungikhulula, ngoba kwakungekho cala kimi lokufa. |
Ngangomuso, efuna ukwazi iqiniso, ukuthi kungani amangalelwe ngamaJuda, wamkhulula eziboshweni, wayala ukuba abapristi abakhulu nomphakathi wonke wabo beze, wamehlisa uPawulu, wammisa phambi kwabo.
engabona ukuthi imangalelwe ngemibuzo yomthetho wawo, kodwa ingamangalelwa ngalutho olufanele ukufa nokuboshwa.
UPawuli esemqhwebile ukuthi akhulume, waphendula wathi: Njengoba ngazi ukuthi sekuyiminyaka eminengi ungumgwebi walesisizwe, ngiziphendulela ngesibindi esikhulu.
Kwathi uFeliksi esezwile lezizinto, ekwazi ngokugcweleyo kakhulu ngaleyo Ndlela, wababuyisela emuva, wathi: Nxa uLisiya induna yenkulungwane esehlile, mina ngizakwazi ngokugcwele indaba yenu.
Kodwa mina ngithole ukuthi akenzanga lutho olufanele ukufa, lokuthi yena ngokwakhe walidlulisela kuAwugusi, ngaquma ukumthuma.