Ngokuba bhekani, ngiyaleza, futhi ngiyohlunga indlu ka-Israyeli phakathi kwezizwe zonke, njengokuhlungwa kukakolweni ngesisefo, kepha akuyikuwela nokuncane okusanhlamvu emhlabathini.
IzEnzo 27:44 - Contemporary Zulu Bible 2024 abaseleyo, abanye phezu kwamapulangwe, abanye phezu kweziqephu zomkhumbi. Kwasekusithi babaleka bonke, bafika emhlabathini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE nabaseleyo bafike, abanye ngamapulangwe, abanye ngezinye izinto zomkhumbi. Kanjalo-ke kwenzeka ukuba bonke baphumele emhlabathini besindile. IsiZulu 2020 Ababesele balandele, abanye ngamapulangwe, abanye ngezinye izinto zomkhumbi. Kwenzeka kanjalo-ke ukuthi bonke baphumele emhlabathini bephephile. Baasraak Zulu New Testament Bible abaseleyo, abanye phezu kwamapulangwe, abanye phezu kweziqephu zomkhumbi. Kwasekusithi babaleka bonke, bafika emhlabathini. |
Ngokuba bhekani, ngiyaleza, futhi ngiyohlunga indlu ka-Israyeli phakathi kwezizwe zonke, njengokuhlungwa kukakolweni ngesisefo, kepha akuyikuwela nokuncane okusanhlamvu emhlabathini.
Kepha manje ngiyanincenga ukuba nibe nesibindi, ngokuba akuyikulahlekelwa muntu phakathi kwenu, kuphela umkhumbi.
Isithi: Ungesabi, Pawuli; umelwe ukumiswa phambi kukaKesari; bheka, uNkulunkulu ukunikile bonke abahamba nawe ngomkhumbi.
UPawuli wathi enduneni yekhulu nasemabuthweni: Uma laba bengahlali emkhunjini, aninakusindiswa.
Uma olungileyo esindiswa kalukhuni, ongamesabi uNkulunkulu nesoni uyakuvelaphi na?