Khona uJosefa indoda yakhe, engumuntu olungileyo, engathandi ukumenza ihlazo, waqonda ukumala ngasese.
IzEnzo 27:39 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi sekusile, abalazanga ilizwe, kodwa bathola umfula othile ologu, abazimisela kuwo ukuthi bawuqhube umkhumbi, uba kungenzeka. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Sekusile, abalazanga izwe, kepha babona itheku elithile elinesihlabathi abanquma ukuba baqhubele kulo umkhumbi, uma kungenzeka. IsiZulu 2020 Kuthe sekusile, abaze balazi izwe, kepha babona itheku elithile elinesihlabathi, abanquma ukuba baqhubele kulo umkhumbi, uma kungenzeka. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi sekusile, abalazanga ilizwe, kodwa bathola umfula othile ologu, abazimisela kuwo ukuthi bawuqhube umkhumbi, uba kungenzeka. |
Khona uJosefa indoda yakhe, engumuntu olungileyo, engathandi ukumenza ihlazo, waqonda ukumala ngasese.
Sebekhuphulile amahange, bawayekela olwandle, bathukulula izibopho zokuqondisa, baphakamisela emoyeni useyili wangaphambili, baqonda ogwini.