USheganiya, indodana kaJehiyeli, omunye wamadodana ka-Elamu, waphendula, wathi ku-Ezra: “Siphambukile kuNkulunkulu wethu, sathatha abesifazane babezizwe kubantu bezwe; kodwa likhona ithemba kwa-Israyeli ngale ndaba.
IzEnzo 27:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha manje ngiyanincenga ukuba nibe nesibindi, ngokuba akuyikulahlekelwa muntu phakathi kwenu, kuphela umkhumbi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha manje senginiluleka ukuba nime isibindi, ngokuba akuyikufa muntu kini, umkhumbi kuphela. IsiZulu 2020 Manje ngiyaneluleka ukuba nime isibindi, ngokuba akuzukufa namunye phakathi kwenu, kodwa umkhumbi kuphela. Baasraak Zulu New Testament Bible Kepha manje ngiyanincenga ukuba nibe nesibindi, ngokuba akuyikulahlekelwa muntu phakathi kwenu, kuphela umkhumbi. |
USheganiya, indodana kaJehiyeli, omunye wamadodana ka-Elamu, waphendula, wathi ku-Ezra: “Siphambukile kuNkulunkulu wethu, sathatha abesifazane babezizwe kubantu bezwe; kodwa likhona ithemba kwa-Israyeli ngale ndaba.
USathane wamphendula uJehova, wathi: Isikhumba ngesikhumba, yebo, konke umuntu anakho uyakunika ngokuphila kwakhe.
Ngakho yimani isibindi, madoda, ngokuba ngiyakholwa nguNkulunkulu ukuthi kuyakuba njengalokho engitsheliwe.
UPawuli wathi enduneni yekhulu nasemabuthweni: Uma laba bengahlali emkhunjini, aninakusindiswa.
Ngakho ngiyanincenga ukuba nidle, ngokuba lokhu kungenxa yempilo yenu, ngokuba akuyikuwa nalunwele lwekhanda lomunye wenu.
abaseleyo, abanye phezu kwamapulangwe, abanye phezu kweziqephu zomkhumbi. Kwasekusithi babaleka bonke, bafika emhlabathini.
UDavide wacindezeleka kakhulu; ngoba abantu babekhuluma ukumkhanda ngamatshe, ngoba imiphefumulo yabantu bonke yayinomunyu, kwaba yilowo nalowo ngenxa yamadodana akhe namadodakazi akhe; kepha uDavide waziqinisa ngoJehova uNkulunkulu wakhe.