Khona-ke bayajabula ngoba sebethule; ngakho-ke Ubayisa ethekwini labo elifiselekayo.
IzEnzo 27:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi ngenxa yokuthi itheku lalingekuhle ukuhlala ebusika kulo, abanengi bacebisana nokuthi kusuke lapho, ukuba mhlawumbe bafike eFenike, balale khona ubusika; eliyitheku laseKrethe, elibheke eningizimu-ntshonalanga nasenyakatho-ntshonalanga. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Njengokuba itheku lalingalungile ukuhlala khona ebusika, iningi labo laluleka ukuba kusukwe khona, mhlawumbe kwenzeke ukuba bafinyelele eFeniksi, itheku laseKrethe elibheke entshonalanga yaseningizimu nasentshonalanga yasenyakatho, bahlale khona ebusika. IsiZulu 2020 Kepha itheku lakhona lalingakulungele ukuba kuhlalwe kulo ebusika, iningi labo laphakamisa ukuba kusukwe lapho, hleze kwenzeke bafike eFenikisi, itheku eKhrethe elibheke entshonalanga yaseningizimu, nasentshonalanga ngasenyakatho bahlale khona kuze kwedlule ubusika. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi ngenxa yokuthi itheku lalingekuhle ukuhlala ebusika kulo, abanengi bacebisana nokuthi kusuke lapho, ukuba mhlawumbe bafike eFenike, balale khona ubusika; eliyitheku laseKrethe, elibheke eningizimu-ntshonalanga nasenyakatho-ntshonalanga. |
Khona-ke bayajabula ngoba sebethule; ngakho-ke Ubayisa ethekwini labo elifiselekayo.
AmaKrethe lama-Arabhiya, siyabezwa bekhuluma ngendimi zethu imisebenzi emangalisayo kaNkulunkulu.
Kuthe umoya waseningizimu uphephetha kancane, bathi sebekuzuzile ababekuhlosile, basuka lapho, bagudla iKrethe.
Kwathi emva kokuzila isikhathi eside, uPawulu wema phakathi kwabo, wathi: “Madoda, ngabe nangilalela, anasuka eKrethe, nazuza kulokhu kubi nokulahlekelwa.
Sesihambe kancane izinsuku eziningi, safika kalukhuni ngaseKinidu, umoya ungasivumeli, sagudla iKrethe malungana neSalimone;
Sase sihamba kalukhuni safika endaweni ethiwa Amatheku Amahle; eduze kwalapho kwakukhona umuzi waseLaseya.
Omunye wabo, umprofethi wakubo, wathi: AmaKrethe ahlala eqamba amanga, izilwane ezimbi, izisu ezimnene.
Ngenxa yalokhu ngakutshiya eKrethe, ukuze ulungise okusilelayo, njalo umise abadala emizini yonke, njengokukulaya kwami;