IzEnzo 25:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha uFestu ethanda ukujabulisa abaJuda, wamphendula uPawulu, wathi: “Uyathanda ukukhuphukela eJerusalema, wahlulelwe khona ngalezi zinto phambi kwami na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha uFestu ethanda ukubongwa ngabaJuda, wamphendula uPawulu, wathi: “Uyathanda yini ukwenyukela eJerusalema, wahlulelwe khona phambi kwami ngalezi zinto, na?” IsiZulu 2020 Kepha uFestu ethanda ukubongwa ngabaJuda, wamphendula uPawula, wathi: “Uyathanda yini ukwenyukela eJerusalema, wehlulelwe khona phambi kwami ngalezi zinto, na?” Baasraak Zulu New Testament Bible Kepha uFestu ethanda ukujabulisa abaJuda, wamphendula uPawulu, wathi: “Uyathanda ukukhuphukela eJerusalema, wahlulelwe khona ngalezi zinto phambi kwami na? |
Kwathi ebona ukuthi lokho kuwathokozisa amaJuda, waqhubeka wabamba loPetro. (Khona-ke kwakuyizinsuku zesinkwa esingenamvubelo.)
Kepha emva kweminyaka emibili kwangena uPorkiyu Festu esikhundleni sikaFeliksi;
Kwathi mina ngingabaza ngalemibuzo, ngambuza ukuthi angathanda yini ukuya eJerusalema, ahlulelwe khona ngalezizinto.
Bacela umusa ngaye ukuba ambize eJerusalema, beqamekele ukuba bambulale endleleni.