IzEnzo 25:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi uFestu esengenile esikhundleni, wasuka eKesariya emva kwezinsuku ezintathu, wenyukela eJerusalema. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi uFestu engenile esikhundleni, wasuka eKesariya emva kwezinsuku ezintathu, wenyukela eJerusalema; IsiZulu 2020 Kwathi uFestu esefikile esifundeni, emva kwezinsuku ezintathu, wasuka eKhesariya, wakhuphukela eJerusalema. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi uFestu esengenile esikhundleni, wasuka eKesariya emva kwezinsuku ezintathu, wenyukela eJerusalema. |
Kwathi umbusi eseyifundile incwadi, wabuza ukuthi ungowasiphi isifunda; Kwathi esezwile ukuthi ungowaseKhilikhiya;
Kepha emva kweminyaka emibili kwangena uPorkiyu Festu esikhundleni sikaFeliksi;
Kwathi emva kwezinsuku ezithile u-Agripha inkosi noBernike bafika eKesariya ukuyobingelela uFestu.
Kodwa uFestusi waphendula wathi uPawuli ugcinwe eKesariya, lokuthi laye ngokwakhe usezasuka aye khona masinyane.
Wathi-ke labo abanamandla phakathi kwenu mabehle nami, bambeke icala lo muntu, uma kukhona okubi kuyo.
Esehlale nabo izinsuku ezingaphezu kweziyishumi, wehlela eKesariya; ngangomuso ehlezi esihlalweni sokwahlulela, wayala ukuba uPawulu alethwe.
Kepha uFiliphu wafunyanwa e-Azotu, wahamba eshumayela emizini yonke, waze wafika eKesariya.