Siyakwamukela ngezikhathi zonke nasezindaweni zonke ngokubonga okukhulu, Feliksi odumileyo.
IzEnzo 24:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Nokho ukuze ngingakukhathaleli kakhulu, ngiyakuncenga ukuba usizwe kafushane ngobubele bakho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha ukuba ngingakubambezeli, ngiyakuncenga ukuba ngobumnene bakho usizwe ngokufushane. IsiZulu 2020 Kepha angithandi ukukuchithela isikhathi, ngiyacela ukuba ngobumnene bakho usiphe indlebe nje okwethutshana. Baasraak Zulu New Testament Bible Nokho ukuze ngingakukhathaleli kakhulu, ngiyakuncenga ukuba usizwe kafushane ngobubele bakho. |
Siyakwamukela ngezikhathi zonke nasezindaweni zonke ngokubonga okukhulu, Feliksi odumileyo.
Ngoba siyitholile indoda le iyisixhwanguxhwangu, ibangela ukuvukela umbuso phakathi kwabaJuda bonke emhlabeni wonke, ingumkhokheli wehlelo lamaNazaretha.
ukuthi wangazisa imfihlakalo ngesambulo; (njengoba ngibhale ngaphambili ngamagama ambalwa),
Ngisezakuthini futhi? ngoba isikhathi singaphela ngilandisa ngoGidiyoni, loBharaki, loSamsoni, loJefitha; ekaDavide, noSamuweli, neyabaprofethi;