Ungalandeli isixuku ukwenza okubi; futhi ngeke ukhulume ukwenqaba ngemva kwabaningi ukubhubhisa ukwahlulela.
IzEnzo 24:27 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha emva kweminyaka emibili kwangena uPorkiyu Festu esikhundleni sikaFeliksi; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha sekuphelile iminyaka emibili, uFeliksi walandelwa nguPorkiyu Festu; kodwa uFeliksi efuna ukubongwa ngabaJuda washiya uPawulu eboshiwe. IsiZulu 2020 Kepha sekuphele iminyaka emibili, isikhundla sikaFelikisi sathathwa nguPhorkiyu Festu, kodwa yena efuna ukuthokozisa abaJuda wamshiya uPawula eboshiwe ejele. Baasraak Zulu New Testament Bible Kepha emva kweminyaka emibili kwangena uPorkiyu Festu esikhundleni sikaFeliksi; |
Ungalandeli isixuku ukwenza okubi; futhi ngeke ukhulume ukwenqaba ngemva kwabaningi ukubhubhisa ukwahlulela.
Base bemdonsa uJeremiya ngezintambo bamkhipha emgodini, uJeremiya wahlala egcekeni letilongo.
Kwathi ebona ukuthi lokho kuwathokozisa amaJuda, waqhubeka wabamba loPetro. (Khona-ke kwakuyizinsuku zesinkwa esingenamvubelo.)
Wathi ngizakuzwa, nxa abamangaleli bakho sebefikile. Wayala ukuba agcinwe endlini yokwahlulela kaHerode.
Kwathi uFestu esengenile esikhundleni, wasuka eKesariya emva kwezinsuku ezintathu, wenyukela eJerusalema.
Sebehlale khona izinsuku eziningi, uFestu wayilandisa inkosi indaba kaPawulu, wathi: “Kukhona indoda ethile eshiywe nguFeliksi iboshiwe;
Kodwa uFestusi waphendula wathi uPawuli ugcinwe eKesariya, lokuthi laye ngokwakhe usezasuka aye khona masinyane.
Kepha uFestu ethanda ukujabulisa abaJuda, wamphendula uPawulu, wathi: “Uyathanda ukukhuphukela eJerusalema, wahlulelwe khona ngalezi zinto phambi kwami na?
U-Agripha wayesethi kuFestu: “Lo ngabe ukhululiwe, uba ubengalidluliselanga kuKesari.
UPawuli wahlala iminyaka emibili egcweleyo endlini yakhe ayeyiqatshile, wemukela bonke ababeza kuye.
Ngokuba manje ngiyabancenga abantu noma uNkulunkulu na? noma ngifuna ukujabulisa abantu na? ngoba uma ngisathokozisa abantu, ngabe angisiyo inceku kaKristu.