Ngokuba omubi uyazigabisa ngokufisa kwenhliziyo yakhe, abusise ohahayo, uJehova amzondayo.
IzEnzo 24:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kuthe esebiziwe, uTertulu waqala ukummangalela, ethi: “Njengoba sijabulela ukuthula okukhulu ngawe, nokuthi lesi sizwe senzelwa imisebenzi emihle kakhulu ngokuqondisa kwakho; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yena esebiziwe, uTertulu waqala ukumbeka icala, ethi: “Lokho ukuthi ngenxa yakho sitholile ukuthula okukhulu nangokubonelela kwakho lesi sizwe senzelwe okuhle okuningi IsiZulu 2020 Esebiziwe uPawula, uTherthulu waqala ukumbeka icala, ethi kuFelikisi: “Ngenxa yakho, selokhu waqala ukubusa, sesibe nokuthula isikhathi eside, futhi sekube nezinguquko ezinhle ozenzele lesi sizwe, ngenxa yobuhlakani bakho. Baasraak Zulu New Testament Bible Kuthe esebiziwe, uTertulu waqala ukummangalela, ethi: “Njengoba sijabulela ukuthula okukhulu ngawe, nokuthi lesi sizwe senzelwa imisebenzi emihle kakhulu ngokuqondisa kwakho; |
Ngokuba omubi uyazigabisa ngokufisa kwenhliziyo yakhe, abusise ohahayo, uJehova amzondayo.
Ulimi lwamanga luyabazonda abahlutshwa ngalo; nomlomo othophayo wenza incithakalo.
Kwathi emva kwezinsuku eziyisihlanu u-Ananiya umpristi omkhulu wehla kanye namalunga, nomkhulumeli othile uTertulu, bona bemangalele uPawulu kumbusi.
Siyakwamukela ngezikhathi zonke nasezindaweni zonke ngokubonga okukhulu, Feliksi odumileyo.
Laba ngabakhonondi nabasolayo, behamba ngezabo izinkanuko; nomlomo wabo ukhuluma izikhukhula, betusa ubuso babantu ngenxa yenzuzo.