Chitha, Nkosi, uhlukanise izilimi zabo, ngokuba ngibonile ubudlova nokuxabana emzini.
IzEnzo 23:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 Eseshilo lokho, kwavela ukungezwani phakathi kwabaFarisi nabaSadusi, uquqaba lwahlukana phakathi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Eseshilo lokho, kwavela ukuphambana phakathi kwabaFarisi nabaSadusi, ibandla lahlukana kabili. IsiZulu 2020 Esekushilo lokho, kwaqubuka impikiswano phakathi kwabaFarisi nabaSadusi, izixuku zehlukana kabili. Baasraak Zulu New Testament Bible Eseshilo lokho, kwavela ukungezwani phakathi kwabaFarisi nabaSadusi, uquqaba lwahlukana phakathi. |
Chitha, Nkosi, uhlukanise izilimi zabo, ngokuba ngibonile ubudlova nokuxabana emzini.
Ningacabangi ukuthi ngize ukuletha ukuthula emhlabeni; angizanga ukuletha ukuthula, kodwa inkemba.
Kepha isixuku somuzi sahlukana phakathi, abanye ngakumaJuda, abanye ngakubaphostoli.
Kodwa uPawuli esekwazi ukuthi enye ingxenye ingabaSadusi lelinye ingabaFarisi, wamemeza emphakathini wathi: Madoda, bazalwane, mina ngingumFarisi, indodana yomFarisi; umbuzo.
Ngokuba abaSadusi bathi akukho ukuvuka kwabafileyo, nangelosi, namoya, kepha abaFarisi bakuvuma kokubili.