Ngavuka ebusuku, mina namadoda ambalwa kanye nami; angitshelanga muntu lokho uNkulunkulu wami abekubeke enhliziyweni yami ukuba ngikwenzele eJerusalema; futhi kwakungekho silwane kimi ngaphandle kwesilwane engangisigibele.
IzEnzo 23:24 - Contemporary Zulu Bible 2024 nilungisele nezilwane, ukuze bamkhwelise uPawulu, bamyise kuFeliksi umbusi ephephile. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kulungiselwe futhi izilwane, ukuze bakhwelise uPawulu, bamyise kahle kuFeliksi umbusi,” IsiZulu 2020 Nilungisele noPawula isilwane azogibela kuso, ukuze nimyise kuFelikisi, umbusi, ephephile.” Baasraak Zulu New Testament Bible nilungisele nezilwane, ukuze bamkhwelise uPawulu, bamyise kuFeliksi umbusi ephephile. |
Ngavuka ebusuku, mina namadoda ambalwa kanye nami; angitshelanga muntu lokho uNkulunkulu wami abekubeke enhliziyweni yami ukuba ngikwenzele eJerusalema; futhi kwakungekho silwane kimi ngaphandle kwesilwane engangisigibele.
ngalusuku lunye kuzo zonke izifunda zenkosi u-Ahashiveroshi, okungukuthi, ngosuku lweshumi nantathu lwenyanga yeshumi nambili, eyinyanga ka-Adari.
A tla ho yena, a tlamisa maqeba a hae, a a tshela ka ole le ka veine, mme a mo palamisa pelesa ya hae, a mo isa tlung ya baeti, mme a mo oka.
Kwathi ngomnyaka weshumi nanhlanu wokubusa kukaTiberiyu Kesari, uPontiyu Pilatu engumbusi waseJudiya, noHerode engumbusi wesifunda saseGalile, noFiliphu umfowabo engumbusi wesifunda sase-Itureya nasesifundeni saseTrakoniti, noLisaniya engumtetrarki wase-Abilene,
okwathi sebefikile eKesariya, banika umbusi incwadi, bethula loPawuli phambi kwakhe.
Kwathi emva kwezinsuku eziyisihlanu u-Ananiya umpristi omkhulu wehla kanye namalunga, nomkhulumeli othile uTertulu, bona bemangalele uPawulu kumbusi.
UPawuli esemqhwebile ukuthi akhulume, waphendula wathi: Njengoba ngazi ukuthi sekuyiminyaka eminengi ungumgwebi walesisizwe, ngiziphendulela ngesibindi esikhulu.
Siyakwamukela ngezikhathi zonke nasezindaweni zonke ngokubonga okukhulu, Feliksi odumileyo.
Sebehlale khona izinsuku eziningi, uFestu wayilandisa inkosi indaba kaPawulu, wathi: “Kukhona indoda ethile eshiywe nguFeliksi iboshiwe;