Bakhuluma okuyize, kube yilowo nalowo nomakhelwane wakhe; ngezindebe ezithophayo, bakhuluma ngenhliziyo embaxa-mbili.
IzEnzo 23:20 - Contemporary Zulu Bible 2024 Yathi: “AbaJuda bavumelene ukukucela ukuba wehlisele uPawuli emphakathini kusasa, kungathi bafuna ukuhlolisisa kahle okunye ngaye. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yathi: “AbaJuda bavumelene ukucela kuwe ukuba wehlisele uPawulu emphakathini ngomuso ngokungathi bazakuhlolisisa indaba yakhe. IsiZulu 2020 Yathi: “AbaJuda bavumelene ukuza bakucele ukuba kusasa wehlisele uPawula emkhandlwini, ngokungathi bahlose ukuhlolisisa udaba lwakhe. Baasraak Zulu New Testament Bible Yathi: “AbaJuda bavumelene ukukucela ukuba wehlisele uPawuli emphakathini kusasa, kungathi bafuna ukuhlolisisa kahle okunye ngaye. |
Bakhuluma okuyize, kube yilowo nalowo nomakhelwane wakhe; ngezindebe ezithophayo, bakhuluma ngenhliziyo embaxa-mbili.
Ngangomuso, efuna ukwazi iqiniso, ukuthi kungani amangalelwe ngamaJuda, wamkhulula eziboshweni, wayala ukuba abapristi abakhulu nomphakathi wonke wabo beze, wamehlisa uPawulu, wammisa phambi kwabo.
UPawuli wawugqolozela umphakathi, wathi: “Madoda, bazalwane, mina ngihambile phambi kukaNkulunkulu nginonembeza wonke omuhle kuze kube namuhla.
Induna yenkulungwane yasibamba isandla salo, yahamba laye ngasese, yasibuza yathi: Kuyini ozangitshela khona?
Kwathi sengitsheliwe ukuthi abaJuda babeqamekele lowo muntu, ngathumela kuwe masinyane, ngase ngibayala abammangalelayo ukuba bakhulume phambi kwakho ngalokho abanawo ngakuyo. Ukuvalelisa.
Kodwa uPawuli esekwazi ukuthi enye ingxenye ingabaSadusi lelinye ingabaFarisi, wamemeza emphakathini wathi: Madoda, bazalwane, mina ngingumFarisi, indodana yomFarisi; umbuzo.