Umuntu ohlakaniphileyo uyabona ububi, acashe, kepha abangenalwazi bayaqhubeka, bajeziswe.
IzEnzo 23:17 - Contemporary Zulu Bible 2024 UPawuli wasebizela kuye enye induna yekhulu, wathi: Yisa lelijaha enduneni yenkulungwane, ngoba lilendaba ethile kuyo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UPawulu wayesebiza enye induna yekhulu, wathi: “Yisa le nsizwa enduneni yenkulungwane, ngokuba inento ezakuyibika kuyo.” IsiZulu 2020 UPawula wabiza enye induna yekhulu, wathi kuyo: “Ake uyise le nsizwa enduneni yenkulungwane, kunokuthile ezakukubika kuyo.” Baasraak Zulu New Testament Bible UPawuli wasebizela kuye enye induna yekhulu, wathi: Yisa lelijaha enduneni yenkulungwane, ngoba lilendaba ethile kuyo. |
Umuntu ohlakaniphileyo uyabona ububi, acashe, kepha abangenalwazi bayaqhubeka, bajeziswe.
Bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi; ngakho hlakaniphani njengezinyoka, nibe msulwa njengamajuba.
Khona iviyo nenduna yenkulungwane nezikhonzi zabaJuda bambamba uJesu, bambopha.
Kwathi induna yekhulu isizwile, yasuka yabikela induna, yathi: Qaphela okwenzayo, ngoba lumuntu ungumRoma.
Kwathi indodana kadadewabo kaPawuli isizwile ngokuqamekela kwabo, yasuka yangena enkambeni yamabutho, yabikela uPawuli.
Yayibamba-ke, yayisa enduneni enkulu, yathi: “UPawuli isiboshwa ungibizile, wangincenga ukuba ngilethe leli nsizwa kuwe, linento ezokhuluma kuwe.
Yasibizela kuye izinduna zekhulu ezimbili, yathi: “Lungisani amasosha angamakhulu amabili ukuba aye eKesariya, nabamahhashi abangamashumi ayisikhombisa, nababikhonto abangamakhulu amabili, ngehora lesithathu lobusuku;