Ngizahambisa izimpumputhe ngendlela ezingayaziyo; ngizabahola ngezindlela abangazaziyo; ngiyokwenza kube lula ubumnyama phambi kwabo, ngiqondise izinto eziyisigwegwe. Lezi zinto ngiyakuzenza kubo, ngingabashiyi.
IzEnzo 22:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi ngingasaboni ngenxa yenkazimulo yalokho kukhanya, ngaholwa ngesandla sababe nami, ngafika eDamaseku. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha njengokuba ngangingasaboni ngenxa yenkazimulo yalokho kukhanya, ngaholwa ngesandla yibo ababe nami, ngafika eDamaseku. IsiZulu 2020 “Njengalokhu ngangingasaboni ngenxa yenkazimulo yalokho kukhanya, ngaholwa ngengalo yilabo engangihamba nabo, ngaze ngafika eDamaseku. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi ngingasaboni ngenxa yenkazimulo yalokho kukhanya, ngaholwa ngesandla sababe nami, ngafika eDamaseku. |
Ngizahambisa izimpumputhe ngendlela ezingayaziyo; ngizabahola ngezindlela abangazaziyo; ngiyokwenza kube lula ubumnyama phambi kwabo, ngiqondise izinto eziyisigwegwe. Lezi zinto ngiyakuzenza kubo, ngingabashiyi.
Ngakho uma umzimba wakho wonke ugcwele ukukhanya, ungenandawo emnyama, uyakuba nokukhanya wonke, njengalapho ukukhanya kwesibani sikukhanyisela.
Manje bheka, isandla seNkosi siphezu kwakho, uyakuba yimpumputhe, ungaliboni ilanga isikhathi. Kwahle kwehlelwa yinkungu nobumnyama phezu kwakhe; wasezulazula efuna abangamhola ngesandla.