Kepha uJona wasuka ukuba abalekele eTharishishi ebusweni bukaJehova, wehlela eJopha; wathola umkhumbi owawuya eTharishishi, wakhokha imali yokugibela, wangena kuwo, ukuze ahambe nawo, aye eTharishishi, asuke ebusweni bukaJehova.
IzEnzo 21:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Sathola umkhumbi owelela eFenike, sangena kuwo, samuka. IBHAYIBHELI ELINGCWELE sesifumene umkhumbi owelela eFenike, sangena kuwo, samuka. IsiZulu 2020 sesitholile isikebhe esiwelela eFonesiya, sangena kuso, sahamba. Baasraak Zulu New Testament Bible Sathola umkhumbi owelela eFenike, sangena kuwo, samuka. |
Kepha uJona wasuka ukuba abalekele eTharishishi ebusweni bukaJehova, wehlela eJopha; wathola umkhumbi owawuya eTharishishi, wakhokha imali yokugibela, wangena kuwo, ukuze ahambe nawo, aye eTharishishi, asuke ebusweni bukaJehova.
Labo abahlakazekile ngokushushiswa okwavela ngoStefanu badabula baze bafika eFenike, naseKhupro, nase-Antiyokiya, bengalishumayeli izwi kubaJuda kuphela.
Sebephelekezelwe libandla, badabula iFenike neSamariya, belandisa ukuphenduka kwabezizwe; baletha intokozo enkulu kubo bonke abazalwane.
Kwathi sesiyibonile iKhupro, sayishiya ngakwesokhohlo, sangena ngomkhumbi eSiriya, sehla eTire, ngokuba umkhumbi wawuzakwethula khona umthwalo wawo.
Khona induna yafumana umkhumbi wase-Aleksandriya oya e-Italiya; wasifaka khona.