IzEnzo 20:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 Sasuka lapho ngomkhumbi, ngangomuso safika malungana neKiyo; ngangomuso safika eSamo, sahlala eTrogilo; ngangomuso safika eMilethu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE sesimukile lapho ngomkhumbi, ngangomuso safika maqondana neKiyu; ngangomhlomunye sasondela eSamu; ngolulandelayo safika eMilethu. IsiZulu 2020 Sasuka lapho ngomkhumbi, ngakusasa safika maqondana neKhiyu, kwathi ngomhlomunye sanqamula saya eSamu; ngosuku olulandelayo safika eMilethu. Baasraak Zulu New Testament Bible Sasuka lapho ngomkhumbi, ngangomuso safika malungana neKiyo; ngangomuso safika eSamo, sahlala eTrogilo; ngangomuso safika eMilethu. |