Amadoda onke ayengaba ishumi nambili.
Babe ngamadoda angathi ishumi nambili bebonke.
Babengamadoda abalelwa eshumini nambili sebebonke.
Khona umbusi ebona okwenzekileyo wakholwa, emangazwe isifundiso seNkosi.
UPawuli esebeke izandla phezu kwabo, uMoya oNgcwele wehlela phezu kwabo; bakhuluma ngezilimi, baprofetha.
Wayesengena esinagogeni, wakhuluma ngesibindi izinyanga ezintathu, ekhuluma eqinisekisa ngombuso kaNkulunkulu.