Waselaya ukuthi babhabhathizwe ebizweni leNkosi. Basebemncenga ukuthi ahlale insuku ezithile.
IzEnzo 19:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi ukuzwa lokho, babhapathizwa egameni leNkosi uJesu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bathi ukuzwa lokho, babhapathizwa egameni leNkosi uJesu. IsiZulu 2020 Sebekuzwile lokho, babhabhadiswa egameni leNkosi uJesu. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi ukuzwa lokho, babhapathizwa egameni leNkosi uJesu. |
Waselaya ukuthi babhabhathizwe ebizweni leNkosi. Basebemncenga ukuthi ahlale insuku ezithile.
UPetru wayesethi kubo: “Phendukani, yilowo nalowo abhapathizwe egameni likaJesu Kristu kukho ukuthethelelwa kwezono, khona niyakwamukeliswa isiphiwo sikaMoya oNgcwele.
Kepha sebekholwa nguFiliphu eshumayela ivangeli ngombuso kaNkulunkulu nangegama likaJesu Kristu, babhapathizwa abesilisa nabesifazane.
(Ngoba wayengakehleli phezu kwamunye wabo, kodwa babebhabhathizwe ebizweni leNkosi uJesu.)