Kwasekusithi siyakukhuleka, intombazana ethile eyayilomoya wokubhula yasihlangabeza, eyayizuzela abaniniyo inzuzo enkulu ngokubhula.
IzEnzo 19:24 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba umuntu othile ogama lakhe linguDemetriyu, umkhandi wesiliva, owenza amathempelana esiliva kaDiyana, wayeletha izingcweti inzuzo enkulu; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba umuntu othile ogama lakhe linguDemetriyu, umkhandi wesiliva owenza amathempelana esiliva kaDiyana, wazuzisa abakhandi besiliva inzuzo engencane, IsiZulu 2020 Ngokuba umuntu othile ogama lakhe linguDemethriyu, umkhandi wesiliva owayenza amathempelana esiliva ka-Artemisi, wabalethela inzuzo enkulu abakhandi besiliva. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba umuntu othile ogama lakhe linguDemetriyu, umkhandi wesiliva, owenza amathempelana esiliva kaDiyana, wayeletha izingcweti inzuzo enkulu; |
Kwasekusithi siyakukhuleka, intombazana ethile eyayilomoya wokubhula yasihlangabeza, eyayizuzela abaniniyo inzuzo enkulu ngokubhula.
Abaphathi bakhe sebebonile ukuthi ithemba lenzuzo yabo seliphelile, babamba oPawulu noSila, babadonsela esigcawini kubaphathi;
Wababizela ndawonye kanye nezisebenzi zaleyo misebenzi, wathi: “Madoda, niyazi nina ukuthi ingcebo yethu kulo msebenzi.
Ngakho-ke uma uDemetriyu nezingcweti ezikanye naye benendaba nomuntu, umthetho uvuliwe, bakhona nababusi; mabamangalelane.