Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




IzEnzo 19:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

Umoya omubi waphendula wathi: UJesu ngiyamazi, noPawulu ngiyamazi; kodwa nina ningobani?

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kepha umoya omubi waphendula, wathi kuwo: “UJesu ngiyamazi, noPawulu ngiyamqonda; kepha nina ningobani na?”

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Kepha umoya omubi waphendula, wathi kuwo: “UJesu ngiyamazi, noPawula ngimejwayele, pho nina ningobani?”

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Umoya omubi waphendula wathi: UJesu ngiyamazi, noPawulu ngiyamazi; kodwa nina ningobani?

Uka jalj uñjjattʼäta



IzEnzo 19:15
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Esithi: Ake siyeke; Sinamsebenzi muni nawe Jesu waseNazaretha? Uze ukusibhubhisa na? Ngiyakwazi ukuthi ungubani, ungoNgcwele kaNkulunkulu.


Waphulukisa abaningi ababephethwe yizifo ngezifo, wakhipha amademoni amaningi; njalo wayengawavumeli amadimoni ukuthi akhulume, ngoba ayemazi.


Kwakukhona amadodana ayisikhombisa kaSkeva umJuda nompristi omkhulu, ayekwenza lokho.


Umuntu okuye umoya omubi weqela phezu kwabo, wabanqoba, wabahlula, baze babaleka kuleyondlu benqunu, belimele.


Wena uyakholwa ukuthi uNkulunkulu munye; wenza kahle; namademoni ayakholwa, athuthumele.