Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Okholwa yimi, imisebenzi engiyenzayo mina naye uyakuyenza; nemikhulu kunale uyakuyenza; ngoba mina ngiya kuBaba.
IzEnzo 19:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 UNkulunkulu wenza imisebenzi yamandla emangalisayo ngezandla zikaPawuli. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UNkulunkulu wenza imisebenzi yamandla engavamile ngezandla zikaPawulu, IsiZulu 2020 UNkulunkulu wenza imisebenzi yamandla engavamile ngezandla zikaPawula, Baasraak Zulu New Testament Bible UNkulunkulu wenza imisebenzi yamandla emangalisayo ngezandla zikaPawuli. |
Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Okholwa yimi, imisebenzi engiyenzayo mina naye uyakuyenza; nemikhulu kunale uyakuyenza; ngoba mina ngiya kuBaba.
Ngakho bahlala isikhathi eside bekhuluma ngesibindi ngeNkosi eyafakazela izwi lomusa wayo, yabanika ukuba kwenziwe izibonakaliso nezimangaliso ngezandla zabo.
Isixuku sonke sathula, sabalalela oBarnaba noPawulu belandisa ukuthi yiziphi izimangaliso nezimangaliso uNkulunkulu ayezenze ngabo kwabezizwe.
Wakwenza lokho izinsuku eziningi. Kepha uPawulu edabukile waphenduka, wathi kumoya: “Ngiyakuyala ngegama likaJesu Kristu ukuba uphume kuyo.” Waphuma ngaso leso sikhathi.
Ngezandla zabaphostoli kwenziwa izibonakaliso nezimangaliso eziningi phakathi kwabantu; bonke babe nganhliziyonye ekhulusini likaSolomoni.
Naye uSimoni wakholwa, esebhapathiziwe wanamathela kuFiliphu, wamangala ebona izibonakaliso nezibonakaliso ezenziwayo.
Ngakho yena oniphayo uMoya nowenza imisebenzi yamandla phakathi kwenu ukwenza ngemisebenzi yomthetho noma ngezwi lokukholwa na?
UNkulunkulu laye efakaza ngabo ngezibonakaliso, lezimanga, langezimangaliso ezitshiyeneyo, lezipho zikaMoya oNgcwele, njengokwentando yakhe?