UNkulunkulu uyokwandisa uJafete, futhi uyohlala ematendeni kaShemi; uKhanani abe yinceku yakhe.
IzEnzo 18:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wayeseshumayela esinagogeni isabatha ngamasabatha, wazuza abaJuda namaGreki. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Washumayela esinagogeni* ngamasabatha onke, wazuza abaJuda namaGreki. IsiZulu 2020 Wayeqagulisana nabo njalo ngeSabatha esinagogeni, wazuza abaJuda namaGriki. Baasraak Zulu New Testament Bible Wayeseshumayela esinagogeni isabatha ngamasabatha, wazuza abaJuda namaGreki. |
UNkulunkulu uyokwandisa uJafete, futhi uyohlala ematendeni kaShemi; uKhanani abe yinceku yakhe.
UHezekiya ubengafanele yini ukuniyenga ukuba nizinikele ekubulaweni yindlala nokoma, ethi: ‘UJehova uNkulunkulu wethu uyakusophula esandleni senkosi yase-Asiriya?
Wasesithi kuso: Uba bengalaleli uMozisi labaprofethi, kabayikuvunyiswa, loba kuvuka omunye kwabafileyo.
Wafika eNazaretha, lapho akhulele khona; njengokwenza kwakhe wangena esinagogeni ngosuku lwesabatha, wasukuma ukuba afunde.
Khona abaJuda bakhuluma bodwa, bathi: “Uzakuya ngaphi lo ukuba singamfumani na? Uyakuya kwabahlakazekileyo kwabezizwe, afundise abezizwe na?
Kepha bona sebemukile ePherge bafika e-Antiyokiya yasePhisidiya, bangena esinagogeni ngosuku lwesabatha, bahlala phansi.
Kwathi e-Ikoniyu bangena kanyekanye esinagogeni labaJuda, bakhuluma kwaze kwakholwa isixuku esikhulu sabaJuda namaGreki.
Labo babenobuntu kunabaseThesalonika, balamukela izwi ngenhliziyo yonke, behlola imibhalo imihla ngemihla ukuthi zinjalo yini lezo zinto;
Ngakho waxoxa esinagogeni nabaJuda nabamesabayo, nasesigcawini imihla ngemihla nababehlangana naye.
Wafika e-Efesu, wabashiya khona; kepha yena wangena esinagogeni, wakhulumisana nabaJuda.
Futhi niyabona, niyezwa, ukuthi kungesikho e-Efesu kuphela, kodwa cishe kulo lonke elase-Asiya, uPawuli lo udukise abantu abaningi, waphambukisa, wathi abasibo onkulunkulu abenziwe ngezandla;
Wayesengena esinagogeni, wakhuluma ngesibindi izinyanga ezintathu, ekhuluma eqinisekisa ngombuso kaNkulunkulu.
Sebemmisele usuku, kweza kuye abaningi endlini yakhe yezihambi; wabachasisela, wafakaza ngombuso kaNkulunkulu, ebancenga ngoJesu, ethatha emthethweni kaMozisi lakubaprofethi, kusukela ekuseni kwaze kwahlwa.
Masinyane washumayela emasinagogeni ngoKristu ukuthi yena uyiNdodana kaNkulunkulu.
Ngakho lokhu sikwazi ukwesabeka kweNkosi, siyabancenga abantu; kodwa sibonakalisiwe kuNkulunkulu; futhi ngiyethemba ukuthi nakunembeza wenu sibonakalisiwe.