IzEnzo 18:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wasebaxotsha esihlalweni sokwahlulela. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesebaxosha esihlalweni sokwahlulela. IsiZulu 2020 Wayesebaxosha phambi kwesihlalo sokwehlulela. Baasraak Zulu New Testament Bible Wasebaxotsha esihlalweni sokwahlulela. |
Esehlezi esihlalweni sokwahlulela, umkakhe wathumela kuye, wathi: “Ungabi nandaba nalowo muntu olungileyo, ngokuba ngihlupheke kakhulu namuhla ngaye ephusheni.
Khona wonke amaGreki ambamba uSostene induna yesinagoge, amshaya phambi kwesihlalo sokwahlulela. Kepha uGaliyu akabanga nandaba nalutho lwalezo zinto.
Umhlaba wamsiza owesifazane, umhlaba wavula umlomo wawo, wawugwinya umfula udrako awukhipha emlonyeni wakhe.