Kwathi uPilatu ebona ukuthi kakusizi lutho, kodwa ukuthi isiyaluyalu sisuka kakhulu, wathatha amanzi, wageza izandla phambi kwexuku, wathi: Anginacala egazini lalumuntu olungileyo; ziboneleni lina.
IzEnzo 18:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha uma kuyimpikiswano ngenkulumo, namagama, nangomthetho wenu, zibhekeni nina; ngoba mina kangiyikuba ngumahluleli wezindaba ezinjalo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kodwa uma kungukuphikisana ngamazwi, nangamagama, nangomthetho wakini, ziboneleni nina; mina angithandi ukuba ngumahluleli walezo zinto.” IsiZulu 2020 kodwa uma kungukuqophisana ngamazwi, ngamagama nangomthetho wakini, ziboneleni nina. Mina angifuni ukuba ngumehluleli walokho.” Baasraak Zulu New Testament Bible Kepha uma kuyimpikiswano ngenkulumo, namagama, nangomthetho wenu, zibhekeni nina; ngoba mina kangiyikuba ngumahluleli wezindaba ezinjalo. |
Kwathi uPilatu ebona ukuthi kakusizi lutho, kodwa ukuthi isiyaluyalu sisuka kakhulu, wathatha amanzi, wageza izandla phambi kwexuku, wathi: Anginacala egazini lalumuntu olungileyo; ziboneleni lina.
esithi: Ngonile ngokukhaphela igazi elingelacala. Basebesithi: Kuyini kithi lokho? bheka wena.
UPilatu wayesethi kubo: “Mthatheni nina, nimahlulele ngomthetho wakini. Ngakho amaJuda athi kuye: Kakuvunyelwa kithi ukuthi sibulale umuntu.
engabona ukuthi imangalelwe ngemibuzo yomthetho wawo, kodwa ingamangalelwa ngalutho olufanele ukufa nokuboshwa.
Ngokuba uma ngingonile, noma ngenze utho olufanele ukufa, angifuni ukufa; ngidlulisela icala kuKesari.
Kepha babe nezimpikiswano ezithile naye ngenkolo yabo siqu, nangalowo uJesu owafayo, lowo uPawulu athi uyaphila.
ikakhulu ngoba ngikwazi ukuthi unolwazi kuwo wonke amasiko lezingxabano zabaJuda; ngakho ngiyakuncenga ukuthi ungizwe ngesineke.
futhi ninganaki izinganekwane nezinhlu zozalo ezingenakuphela, ezibanga imibuzo, kunokwakha kukaNkulunkulu okusekukholweni;
Uyazidla, engazi lutho, kodwa ukuhaha ngemibuzo lengxabano yamazwi, okuvela kukho umhawu, ukuxabana, ukuthuka, ukucabanga okubi;
Kodwa imibuzo yobuwula leyabangafundileyo uyigweme, wazi ukuthi izala ukuxabana.
Kepha gwema imibuzo yobuwula, nezindaba zozalo, nokubanga, nokubanga ngomthetho; ngoba azisizi futhi ziyize.