Ukoma kuphezu kwamanzi alo; bayakubuna, ngokuba yizwe lezithombe ezibaziweyo, bathanda izithombe zabo.
IzEnzo 17:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 UPawuli wema phakathi kwentaba yaseMars, wathi: Madoda aseAthene, ezintweni zonke ngiyabona ukuthi likholwa kakhulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UPawulu wema-ke phakathi ne-Areyophagu, wathi: “Madoda ase-Athene, ngiyabona ngakho konke ukuthi nikhonza kakhulu onkulunkulu. IsiZulu 2020 UPawula wema phakathi ne-Areyophagu, wathi: “Madoda ase-Athene, ngibona kahle ngakho konke enikwenzayo ukuthi ningabantu abakholwayo. Baasraak Zulu New Testament Bible UPawuli wema phakathi kwentaba yaseMars, wathi: Madoda aseAthene, ezintweni zonke ngiyabona ukuthi likholwa kakhulu. |
Ukoma kuphezu kwamanzi alo; bayakubuna, ngokuba yizwe lezithombe ezibaziweyo, bathanda izithombe zabo.
Labaphelekezela uPawuli bamusa eAthene; sebemukele umlayo kuSilasi loThimothi wokuba beze kuye masinyane, bamuka.
Kwathi uPawuli esabalindile eAthene, umoya wakhe wakhathazeka phakathi kwakhe ebona umuzi ugcwele izithombe.
Base bembamba, bamusa e-Areyophagu, bathi: “Singakwazi yini ukwazi le mfundiso entsha oyikhulumayo na?
Kepha amadoda athile anamathela kuye, akholwa, okukhona kuwo uDiyonisiyu waseAreyophago, nowesifazane ogama lakhe linguDamari, nabanye kanye nabo.
Kwathi umabhalane esezithulisile izixuku, wathi: Madoda ase-Efesu, ngumuphi umuntu ongazi ukuthi umuzi wabase-Efesu ungumkhulekeli kankulunkulukazi omkhulu uDiyana nowesithombe esawa kuJupiter?
Kepha babe nezimpikiswano ezithile naye ngenkolo yabo siqu, nangalowo uJesu owafayo, lowo uPawulu athi uyaphila.