Sebephelekezelwe libandla, badabula iFenike neSamariya, belandisa ukuphenduka kwabezizwe; baletha intokozo enkulu kubo bonke abazalwane.
IzEnzo 17:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 Labaphelekezela uPawuli bamusa eAthene; sebemukele umlayo kuSilasi loThimothi wokuba beze kuye masinyane, bamuka. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abamphelekezelayo uPawulu bamfikisa e-Athene; kwathi sebamukele isiyalezo ngoSila nangoThimothewu sokuba beze kuye ngokushesha okukhulu, bamuka. IsiZulu 2020 Labo abaphelezela uPawula, baze bamshiya e-Athene. Kwathi uSila noThimothewu sebethole umyalezo wokuthi mabaphuthume beze kuye, base bemuka. Baasraak Zulu New Testament Bible Labaphelekezela uPawuli bamusa eAthene; sebemukele umlayo kuSilasi loThimothi wokuba beze kuye masinyane, bamuka. |
Sebephelekezelwe libandla, badabula iFenike neSamariya, belandisa ukuphenduka kwabezizwe; baletha intokozo enkulu kubo bonke abazalwane.
Khona masinyane abazalwane bamukisa uPawulu ukuba ahambe ngaselwandle, kepha oSila noThimothewu basala.
Kwathi uPawuli esabalindile eAthene, umoya wakhe wakhathazeka phakathi kwakhe ebona umuzi ugcwele izithombe.
Ngokuba bonke abase-Athene nabafokazi ababekhona babengachithi lutho ngokunye, kuphela ukuxoxa nokuzwa into entsha.
UPawuli wema phakathi kwentaba yaseMars, wathi: Madoda aseAthene, ezintweni zonke ngiyabona ukuthi likholwa kakhulu.
Kwathi sebefikile oSila loThimothewu bevela eMakedoniya, uPawulu wacindezeleka emoyeni, wafakaza kubaJuda ukuthi uJesu unguKristu.
Ngakho kwathi singasenakubekezela, sakubona kukuhle ukuthi sisale sodwa e-Athene;
Nxa ngithuma u-Artemase kuwe noma uThikhiku, khuthala ukuza kimi eNikopholi, ngokuba nginqume ukuhlala khona ebusika.