IzEnzo 15:34 - Contemporary Zulu Bible 2024 Nokho kwaba kuhle kuSila ukuba asale khona. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha kwaba kuhle kuSila ukuba asale khona. IsiZulu 2020 Kepha kwaba kuhle kuSila ukuba asale khona. Baasraak Zulu New Testament Bible Nokho kwaba kuhle kuSila ukuba asale khona. |
Sebehlale khona isikhathi, bakhululwa abazalwane ngokuthula, baya kubaphostoli.
OPawulu noBarnaba bahlala e-Antiyokiya befundisa, beshumayela izwi leNkosi, kanye nabanye abaningi.
Kwathi esezimisele ukudlulela eAkhaya, abazalwane baloba, bekhuthaza abafundi ukuthi bamamukele;
Maqondana nomzalwane u-Apholo, ngamncenga kakhulu ukuba eze kini kanye nabazalwane; kodwa uyeza nxa enethuba.