U-Eliyakimi indodana kaHilikiya owayephezu kwendlu noShebina umbhali noJowaki indodana ka-Asafa umbusi beza kuHezekiya nezingubo eziklebhukile, bamtshela amazwi kaRabi Sake.
IzEnzo 14:14 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi abaphostoli oBarnabasi loPawuli bekuzwa, baklebhula izembatho zabo, bagijimela phakathi kwexuku, bememeza; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi ukuba bakuzwe lokho abaphostoli oBarnaba noPawulu, baklebhula izingubo zabo, baphonseka phakathi kwesixuku bememeza IsiZulu 2020 Kepha bathi ukuba abaphostoli, uBharnabha noPawula, bezwe ngalokhu, baklebhula izingubo zabo, baphuthuma esixukwini, bamemeza, Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi abaphostoli oBarnabasi loPawuli bekuzwa, baklebhula izembatho zabo, bagijimela phakathi kwexuku, bememeza; |
U-Eliyakimi indodana kaHilikiya owayephezu kwendlu noShebina umbhali noJowaki indodana ka-Asafa umbusi beza kuHezekiya nezingubo eziklebhukile, bamtshela amazwi kaRabi Sake.
Kwathi inkosi yakwaIsrayeli iyifunda incwadi, yaklebhula izingubo zayo, yathi: “NginguNkulunkulu yini ukuba ngibulale futhi ngiphilise, ukuthi lo muntu athumele kimi ukuba ngiphilise umuntu ochokweni lwakhe.”? ngalokho qaphelani nibone ukuthi ufuna ukuxabana nami.
Kepha abesabanga, baziklebhula izingubo zabo, inkosi nezinceku zayo ezaziwezwa onke lawa mazwi.
UJoshuwa indodana kaNuni noKalebi indodana kaJefune ababephakathi kwabahlola izwe, baklebhula izingubo zabo.
Umpristi omkhulu wayeseklebhula izingubo zakhe, wathi: “Usehlambalazile; sisaswelelani ofakazi na? bhekani, manje senikuzwile ukuhlambalaza kwakhe.
Khona umpristi omkhulu waklebhula izingubo zakhe, wathi: “Sisabafunelani ofakazi na?
Kepha isixuku somuzi sahlukana phakathi, abanye ngakumaJuda, abanye ngakubaphostoli.
Angisiye umphostoli na? angikhululekile na? Angimbonanga uJesu Kristu iNkosi yethu na? Nina anisiwo umsebenzi wami eNkosini na?