Khona oyisishosha uyakugxuma njengendluzele, nolimi lwesimungulu luyakuhuba, ngokuba kuyakubhoboka amanzi ogwadule, nemifudlana ehlane.
IzEnzo 14:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wathi ngezwi elikhulu: “Sukuma, uqonde ngezinyawo zakho wagxuma, wahamba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE wathi ngezwi elikhulu: “Sukuma, ume ngezinyawo zakho.” Yayisigxuma, yahamba. IsiZulu 2020 wathi ngezwi elikhulu: “Sukuma, ume ngezinyawo zakho, uqonde.” Yagxuma, yahamba. Baasraak Zulu New Testament Bible Wathi ngezwi elikhulu: “Sukuma, uqonde ngezinyawo zakho. wagxuma, wahamba. |
Khona oyisishosha uyakugxuma njengendluzele, nolimi lwesimungulu luyakuhuba, ngokuba kuyakubhoboka amanzi ogwadule, nemifudlana ehlane.
Wasesondela wathinta uhlaka; abaluthweleyo bema. Yathi: Nsizwa, ngithi kuwe: Vuka.
Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Okholwa yimi, imisebenzi engiyenzayo mina naye uyakuyenza; nemikhulu kunale uyakuyenza; ngoba mina ngiya kuBaba.
Kepha lowo ophuza amanzi engiyakumnika wona kasayikoma naphakade; kodwa amanzi engizamnika wona azakuba kuye umthombo wamanzi aphuphumayo empilweni elaphakade.