Njalo loba ngubani ongayikunamukela engalaleli amazwi enu, nxa liphuma kuleyondlu kumbe kulowomuzi, thintithani uthuli lwenyawo zenu.
IzEnzo 13:51 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa babathintithela uthuli lwezinyawo zabo, bafika e-Ikoniyu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bona-ke babavuthululela uthuli lwezinyawo zabo, beza e-Ikoniyu. IsiZulu 2020 Sebethintithile uthuli lwezinyawo zabo, baqhubekela e-Ikhoniya. Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa babathintithela uthuli lwezinyawo zabo, bafika e-Ikoniyu. |
Njalo loba ngubani ongayikunamukela engalaleli amazwi enu, nxa liphuma kuleyondlu kumbe kulowomuzi, thintithani uthuli lwenyawo zenu.
Nabaninganamukeli, enganizwa, anothi nimuka lapho, nivuthulule uthuli oluphansi kwezinyawo zenu, kube ngubufakazi kubo. Ngiqinisile ngithi kini: Kuyakuba ngcono kulo iSodoma neGomora ngosuku lokwahlulelwa kunakulowo muzi.
Le lona lerole la motse wa lona le kgomaretseng rona re le hlohlorela hodima lona;
Lalowo ongayikunamukela, anothi niphuma kulowo muzi, nivuthulule nothuli ezinyaweni zenu, kube ngubufakazi kubo.
Kwathi e-Ikoniyu bangena kanyekanye esinagogeni labaJuda, bakhuluma kwaze kwakholwa isixuku esikhulu sabaJuda namaGreki.
Kwafika abaJuda bevela e-Antiyokiya nase-Ikoniyu, banxenxa izixuku, bamkhanda uPawulu ngamatshe, bamhudulela ngaphandle komuzi, bethi ufile.
Kwathi sebeshumayele ivangeli kulowo muzi, sebefundise abaningi, babuyela eListra, nase-Ikoniyu, nase-Antiyokiya;
Kwathi bemphikisa, behlambalaza, wathintitha izingubo zakhe, wathi kubo: “Igazi lenu malibe phezu kwamakhanda enu; Mina ngihlanzekile: kusukela manje ngizakuya kwabezizwe.
Ukushushiswa, nezinhlupheko, eza kimi e-Antiyokiya, e-Ikoniyu, eListra; ukuzingelwa okungaka ngakubekezelela, kepha iNkosi yangikhulula kukho konke.