Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




IzEnzo 13:42 - Contemporary Zulu Bible 2024

Kwathi sebephumile esinagogeni, abezizwe bacela ukuthi lawo mazwi akhulunywe kubo ngesabatha elizayo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kwathi ekuphumeni kwabo, babacela ukuba lawo mazwi akhulunywe kubo nangesabatha elizayo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Sebephuma, babanxusa ukuba baphinde bawakhulume lawa mazwi kubo ngeSabatha elilandelayo.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Kwathi sebephumile esinagogeni, abezizwe bacela ukuthi lawo mazwi akhulunywe kubo ngesabatha elizayo.

Uka jalj uñjjattʼäta



IzEnzo 13:42
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Hhayi ngenxa yabantu abaningi abanenkulumo eyinqaba nolimi olulukhuni, abamazwi abo ningewaqondi; Ngempela, uma bengikuthume kubo, ngabe bakulalele.


Maye kuwe Korazini! maye kuwe, Betsayida! ngokuba uma yayenziwe eTire naseSidoni imisebenzi yamandla eyenziwe kini, ngabe kade baphenduka bembethe amasaka nangomlotha.


Kepha abaningi abokuqala bayakuba ngabokugcina; futhi abokugcina bayakuba ngabokuqala.


Esakhuluma lokho kubo, bheka, kwafika umbusi othile, wakhuleka kuye, wathi: “Indodakazi yami isishonile;


Ngakho ngithumela masinyane kuwe; futhi wenze kahle ukuthi uze. Manje-ke sikhona sonke phambi kukaNkulunkulu ukuba sizwe konke okuyalelwe nguNkulunkulu.


Kepha bona sebemukile ePherge bafika e-Antiyokiya yasePhisidiya, bangena esinagogeni ngosuku lwesabatha, bahlala phansi.


Ngakho-ke makwazeke kini ukuthi usindiso lukaNkulunkulu luthunyelwa kwabezizwe, futhi bayakuzwa.