Ngokuba intonga yababi ayiyikuhlala esabelweni sabalungileyo; ukuze abalungileyo bangeluli izandla zabo ebubini.
IzEnzo 12:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngaleso sikhathi uHerode inkosi welula izandla ukuba ahluphe abathile bebandla. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngaleso sikhathi uHerode inkosi welula izandla ukuba ahluphe abathile bebandla. IsiZulu 2020 Ngaleso sikhathi uHerode inkosi welula isandla sakhe ukuba ahluphe abathile bebandla. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngaleso sikhathi uHerode inkosi welula izandla ukuba ahluphe abathile bebandla. |
Ngokuba intonga yababi ayiyikuhlala esabelweni sabalungileyo; ukuze abalungileyo bangeluli izandla zabo ebubini.
Ngokuba uHerode wayembambile uJohane, wambopha, wamfaka etilongweni ngenxa kaHerodiya umkaFiliphu umfowabo.
Kwathi sekugujwa usuku lokuzalwa kukaHerodi, indodakazi kaHerodiya yasina phambi kwabo, yamthokozisa uHerodi.
Khona bayakunikhaphela osizini, banibulale; niyakuzondwa yizizwe zonke ngenxa yegama lami.
Benginani imihla ngemihla ethempelini, anelulanga izandla kimi, kepha lesi kuyisikhathi senu, namandla obumnyama.
Khumbulani izwi engalikhuluma kini: Inceku ayinkulu kunenkosi yayo. Uma bengizingele mina, nani bayakunizingela; uma beligcinile izwi lami, bayakuligcina nelenu.
Bazalixotsha emasinagogeni; yebo, isikhathi siyeza, lapho wonke olibulalayo uzakuthi ukhonza uNkulunkulu.
Ngokwelula isandla sakho ukuphulukisa; nokuthi izibonakaliso nezimangaliso zenziwe ngegama leNdodana yakho engcwele uJesu.
Khona ibandla lathola ukuphumula kulo lonke elaseJudiya, naseGalile, naseSamariya, lisakheka. Behamba ekwesabeni iNkosi, landa ngenduduzo kaMoya oNgcwele.