Ngathi ngibona, khangela-ke, isandla sathunyelwa kimi; bheka, kwakukhona umqulu kuwo;
IzEnzo 11:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Mina ngangisemzini waseJopha ngikhuleka, ngase ngibona ethongweni umbono, kwehla isitsha esithile, sinjengendwangu enkulu, sehliswa ngamachopho omane sivela ezulwini; lafika nakimi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Mina bengisemzini waseJopha ngikhuleka; ngehlelwa yisiyezi, ngabona umbono, kwehla isitsha esithile sinjengendwangu enkulu, yehliswa ezulwini ngamachopho amane, yaze yafika kimi. IsiZulu 2020 “Bengisemzini eJopha, ngikhuleka; ngafikelwa yisiyezi, ngabona umbono, kwehla isitsha esithile sinjengendwangu enkulu, sehliswa ezulwini ngamachopho amane, saze safika kimi. Baasraak Zulu New Testament Bible Mina ngangisemzini waseJopha ngikhuleka, ngase ngibona ethongweni umbono, kwehla isitsha esithile, sinjengendwangu enkulu, sehliswa ngamachopho omane sivela ezulwini; lafika nakimi. |
Ngathi ngibona, khangela-ke, isandla sathunyelwa kimi; bheka, kwakukhona umqulu kuwo;
Wathi: “Amose, ubonani na?” Futhi ngathi: Ubhasikidi izithelo zasehlobo. Wayesethi uJehova kimi: “Ukuphela sekufike kubantu bami u-Israyeli; Ngeke ngiphinde ngibadlule.
EDamaseku kwakukhona umfundi othile ogama lakhe lingu-Ananiya; iNkosi yathi kuye embonweni: “Ananiya!” Wathi: Bheka, ngilapha, Nkosi.
EJopha kwakukhona umfundikazi othile ogama lakhe linguThabitha, okungukuthi uDorka ngokuhunyushwa;
Ngokuba iLida laliseduze neJopha, nabafundi bezwile ukuthi uPetru ukhona, bathuma kuye amadoda amabili, bemcela ukuba angalibali ukuza kubo.