Base bethi: UKorneliyu induna yekhulu, indoda elungileyo nemesabayo uNkulunkulu, nodumo oluhle esizweni sonke samaJuda, uxwayiswe nguNkulunkulu ngengelosi engcwele ukuba akubize endlini yakhe, ezwe amazwi kwakho.
IzEnzo 11:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Yasibikela ukuthi yayibone ingelosi endlini yayo imi, yathi kuye: ‘Thuma amadoda eJopha, ubize uSimoni othiwa uPetru; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yasibikela-ke ukuthi yayibonile ingelosi imi endlini yayo, ithi: ‘Thumela eJopha, ulande uSimoni othiwa uPetru IsiZulu 2020 Yasibikela ukuthi yayibone ingelosi imi endlini yayo, ithi: ‘Thumela eJopha, ulande uSimoni okuthiwa nguPhethro, Baasraak Zulu New Testament Bible Yasibikela ukuthi yayibone ingelosi endlini yayo imi, yathi kuye: ‘Thuma amadoda eJopha, ubize uSimoni othiwa uPetru; |
Base bethi: UKorneliyu induna yekhulu, indoda elungileyo nemesabayo uNkulunkulu, nodumo oluhle esizweni sonke samaJuda, uxwayiswe nguNkulunkulu ngengelosi engcwele ukuba akubize endlini yakhe, ezwe amazwi kwakho.
UMoya wayesethi kimi ngihambe nawo, ngingangabazi ngalutho. Bahamba nami nalaba bazalwane abayisithupha, sangena endlini yalowo muntu;
Kwathi uPetru esesangulukile wathi: “Manje sengiyazi ngeqiniso ukuthi iNkosi ithumile ingelosi yayo, yangikhulula esandleni sikaHerode nakukho konke abantu abaJuda ababekulindele.
EJopha kwakukhona umfundikazi othile ogama lakhe linguThabitha, okungukuthi uDorka ngokuhunyushwa;
Ngokuba iLida laliseduze neJopha, nabafundi bezwile ukuthi uPetru ukhona, bathuma kuye amadoda amabili, bemcela ukuba angalibali ukuza kubo.
Azisibo yini zonke omoya abakhonzayo, abathunyelwe ukukhonza ngenxa yalabo abayakuba yizindlalifa zensindiso na?