IzEnzo 10:48 - Contemporary Zulu Bible 2024 Waselaya ukuthi babhabhathizwe ebizweni leNkosi. Basebemncenga ukuthi ahlale insuku ezithile. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayeseyala ukuba babhapathizwe egameni leNkosi. Base bemncenga ukuba ahlale izinsuku ezithile. IsiZulu 2020 Wayeseyala ukuba babhabhadiswe egameni leNkosi. Base bemncenga ukuba ahlale nabo izinsukwana. Baasraak Zulu New Testament Bible Waselaya ukuthi babhabhathizwe ebizweni leNkosi. Basebemncenga ukuthi ahlale insuku ezithile. |
Kwathi esefikile kuye amaSamariya amncenga ukuthi ahlale lawo; wasehlala khona insuku ezimbili.
Kuthe esebhapathiziwe kanye nendlu yakhe, wasincenga, wathi: “Uma nithi ngikholekile eNkosini, ngenani endlini yami, nihlale khona. Futhi wasicindezela.
UPetru wayesethi kubo: “Phendukani, yilowo nalowo abhapathizwe egameni likaJesu Kristu kukho ukuthethelelwa kwezono, khona niyakwamukeliswa isiphiwo sikaMoya oNgcwele.
Kepha sebekholwa nguFiliphu eshumayela ivangeli ngombuso kaNkulunkulu nangegama likaJesu Kristu, babhapathizwa abesilisa nabesifazane.
(Ngoba wayengakehleli phezu kwamunye wabo, kodwa babebhabhathizwe ebizweni leNkosi uJesu.)