UJesu waphendula, wathi kuye: “Uthanda ukuba ngenzeni kuwe na? Impumputhe yathi kuye: Nkosi, ukuba ngibone.
IzEnzo 10:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 UPetru wehlela emadodeni abethunywe kuye evela kuKorneliyu; wathi: Bhekani, nginguye enimfunayo; IBHAYIBHELI ELINGCWELE UPetru wayesehlela kuwo amadoda, wathi: “Bhekani, yimina enimfunayo; kuyindabani enize ngayo na?” IsiZulu 2020 Esehlile uPhethro, wathi kula madoda: “Yimina enimfunayo; ngabe nize ngaludaba luni lapha na?” Baasraak Zulu New Testament Bible UPetru wehlela emadodeni abethunywe kuye evela kuKorneliyu; wathi: Bhekani, nginguye enimfunayo; |
UJesu waphendula, wathi kuye: “Uthanda ukuba ngenzeni kuwe na? Impumputhe yathi kuye: Nkosi, ukuba ngibone.
Ngakho sukuma wehle, uhambe nawo, ungangabazi ngalutho, ngokuba yimina engibathumile.
Base bethi: UKorneliyu induna yekhulu, indoda elungileyo nemesabayo uNkulunkulu, nodumo oluhle esizweni sonke samaJuda, uxwayiswe nguNkulunkulu ngengelosi engcwele ukuba akubize endlini yakhe, ezwe amazwi kwakho.
Ngakho-ke ngizile kini ngingaphikanga lapho ngibiziwe; ngiyabuza-ke ukuthi ningibizeleni na?