Ngemva kwalokho uMoya wangiphakamisa wangisa embonweni ngoMoya kaNkulunkulu eKhalediya ezibotshwa. Ngakho umbono engawubonayo wenyuka usuka kimi.
IzEnzo 10:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Walamba kakhulu, wafuna ukudla; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Khona walamba kakhulu, wafuna ukudla; kepha besamlungisela wehlelwa yisiyezi, IsiZulu 2020 Walamba, wafuna ukudla, kodwa kwathi besamlungisela wafikelwa yisiyezi. Baasraak Zulu New Testament Bible Walamba kakhulu, wafuna ukudla; |
Ngemva kwalokho uMoya wangiphakamisa wangisa embonweni ngoMoya kaNkulunkulu eKhalediya ezibotshwa. Ngakho umbono engawubonayo wenyuka usuka kimi.
Emehlweni kaNkulunkulu wangingenisa elizweni lakoIsrayeli wangimisa entabeni ende kakhulu, eduze kwayo yayinjengogange lomuzi eningizimu.
Wathi yena owawezwa amazwi kaNkulunkulu, wazi ukwazi koPhezukonke, owabona ubuso bukaSomandla, owabanjwa ubuthongo, kepha amehlo akhe avuleka;
Wathi yena owezwa amazwi kaNkulunkulu, owabona ubuso bukaSomandla, owabanjwa yisiyezi, kodwa amehlo akhe avuleka.
Esezilile ukudla izinsuku ezingamashumi amane nobusuku obungamashumi amane, wagcina walamba.
Mina ngangisemzini waseJopha ngikhuleka, ngase ngibona ethongweni umbono, kwehla isitsha esithile, sinjengendwangu enkulu, sehliswa ngamachopho omane sivela ezulwini; lafika nakimi.
NgangikuMoya ngosuku lweNkosi, ngezwa emva kwami izwi elikhulu kungathi ngelecilongo;