IzEnzo 1:17 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba wayebalwa nathi, wazuza ingxenye yalo msebenzi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngokuba wayebalwe kanye nathi, wathola isabelo kule nkonzo.” IsiZulu 2020 ngokuba wayebalwe kanye nathi, futhi enesabelo kule nkonzo.” Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba wayebalwa nathi, wazuza ingxenye yalo msebenzi. |
Esakhuluma, bheka, isixuku, naye othiwa uJuda, omunye wabayishumi nambili, wayehamba phambi kwabo, wasondela kuJesu ukumanga.
Ngisenabo ezweni ngabagcina egameni lakho labo onginike bona, ngibagcinile; ukuze kugcwaliseke umbhalo.
Ukuze athathe ingxenye yalenkonzo lobupostoli, uJudasi aphambuka kukho, ukuze aye endaweni yakhe.
OBarnaba noSawulu babuya eJerusalema sebeqedile inkonzo yabo, bahamba noJohane othiwa uMarku.
Kepha akukho kwalokhu okunginyakazisayo, futhi ukuphila kwami angikuthathi njengokubalulekile kimi, ukuze ngiqede inkambo yami ngentokozo, nenkonzo engayamukela eNkosini uJesu yokufakaza ivangeli lomusa kaNkulunkulu.
Wababingelela, wabalandisa ngazo zonke izinto uNkulunkulu abezenzile phakathi kwabezizwe ngenkonzo yakhe.
Zonke izinto zivela kuNkulunkulu, owasenza ukuba sibuyisane naye ngoKristu, wasinika inkonzo yokubuyisana;