Wazulazula efuna isinkwa, wathi: “Kuphi na?” uyazi ukuthi usuku lobumnyama selusondele esandleni sakhe.
IzAga 10:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJehova kayikuyekela umphefumulo wolungileyo ulambe, kodwa uchitha okuhle komubi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova akavumi ukuba olungileyo alambe, kepha isifiso somubi uyasihlohloloza. IsiZulu 2020 USimakade akavumi ukuba olungileyo alambe, kepha ababi ubayeka babulawe yindlala. |
Wazulazula efuna isinkwa, wathi: “Kuphi na?” uyazi ukuthi usuku lobumnyama selusondele esandleni sakhe.
Izithelo zendlu yakhe ziyakumuka, nempahla yakhe iyakugobhoza ngosuku lolaka lwakhe.
Wena wakubona; ngokuba ubona ububi nobubi ukuba ukuphindise ngakho ngesandla sakho; abampofu bayazinikela kuwe; ungumsizi wentandane.
Ababi bayokubona badabuke; agedle amazinyo, ancibilike; isifiso sababi siyabhubha.
Ngangimusha, manje sengimdala; kepha angizange ngibone olungileyo eshiyiwe, nenzalo yakhe iphanza ukudla.
Osusa indlebe yakhe ukuba angawulaleli umthetho, ngisho nomkhuleko wakhe uyisinengiso.
Uyakuhlala phezulu; isivikelo sakhe siyakuba yizikhali zamadwala; isinkwa uyakuphiwa; amanzi akhe ayakuqiniseka.
Isiliva labo negolide labo ngeke libe namandla okubasindisa ngosuku lolaka lweNkosi; kodwa umhlaba wonke uzaqedwa ngomlilo womhawu wakhe;
Kodwa funani kakhulu umbuso kaNkulunkulu; futhi zonke lezi zinto ziyakwenezelwa nina.