Wozani manje simbulale, simphonse emgodini othile, sithi: ‘Udliwe yizilwane ezimbi, sibone ukuthi ayakuba yini ngamaphupho akhe.’
IzAga 1:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba izinyawo zabo zigijimela ebubini, zishesha ukuchitha igazi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngokuba izinyawo zazo zigijimela ebubini, zishesha ukuchitha igazi. IsiZulu 2020 ngoba izinyawo zabo zigijimela ebubini, bayashesha ukuchitha igazi. |
Wozani manje simbulale, simphonse emgodini othile, sithi: ‘Udliwe yizilwane ezimbi, sibone ukuthi ayakuba yini ngamaphupho akhe.’
Izinyawo zabo zigijimela ebubini, bashesha ukuchitha igazi elingenacala; imicabango yabo iyimicabango yobubi; incithakalo nokubhubhisa kusezindleleni zabo.
Kepha uma ukungalungi kwethu kubonakalisa ukulunga kukaNkulunkulu, siyakuthini na? UNkulunkulu ungalungile yini ophindiselayo? (Ngikhuluma njengendoda.)
USawule wazama ukumgwaza uDavide odongeni ngomkhonto; kepha washelela ebusweni bukaSawule, wagwaza umkhonto odongeni; uDavide wabaleka, waphunyuka ngalobo busuku.