Futhi abantwana babo bayochotshozwa phambi kwamehlo abo; izindlu zabo ziyakuba yimpango, nawomkabo bahlazeke.
IsiLilo 5:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Badumaza abesifazane baseZiyoni, nezigqilakazi emizini yakwaJuda. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Balala nabesifazane eSiyoni, izintombi zasemizini yakwaJuda. IsiZulu 2020 Badlwengula abesifazane eZiyoni, nezintombi emizini yakwaJuda. |
Futhi abantwana babo bayochotshozwa phambi kwamehlo abo; izindlu zabo ziyakuba yimpango, nawomkabo bahlazeke.
Ngiyakubutha zonke izizwe ukuba zilwe neJerusalema; umuzi uyothathwa, izindlu ziphangwe, nabesifazane bahlazeke; ingxenye yomuzi iyakuthunjwa, insali yabantu ayiyikunqunywa emzini.
Uyakuganwa ngowesifazane, enye indoda ilale naye; kufanele wakhe indlu, ungahlali kuyo; uyakutshala isivini, ungakha izithelo zaso;