Bheka, ngiyakwehlisela ukwesaba phezu kwakho, isho iNkosi uJehova Sebawoti, phezu kwabo bonke abakuhaqayo; futhi yilowo nalowo kini uyakuxoshwa masinyane; futhi akekho oyobutha odukayo.
IsiLilo 4:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 Basebememeza bathi: Hambani! ingcolile; sukani, sukani, ningathinti; lapho bebaleka bezulazula, bathi phakathi kwabezizwe: Kabayikugogobala khona; IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Chezukani, ningcolile!” bamemeza kubo: “Chezukani, chezukani, ningathinti!” Lapho bebaleka bezulazula, bathi phakathi kwabezizwe: “Abasayikugogobala lapha.” IsiZulu 2020 Abantu babebahebeza, bethi: “Sukani lapha, ningcolile! Sukani, sukani, ningasithinti!” Ngakho-ke baphenduka abafokazi nemizulane; abantu phakathi kwezizwe bathi: “Anisoze nagogobala lapha!” |
Bheka, ngiyakwehlisela ukwesaba phezu kwakho, isho iNkosi uJehova Sebawoti, phezu kwabo bonke abakuhaqayo; futhi yilowo nalowo kini uyakuxoshwa masinyane; futhi akekho oyobutha odukayo.
UJuda waya ekudingisweni ngenxa yosizi nangenxa yobugqila obukhulu; uhlala phakathi kwezizwe, kakutholi ukuphumula; bonke abashushisi balo balifica endaweni engenalutho.